Lokhu okuqukethwe kusuka kusukela kunguqulo efakwe kungobo yomlando yokuthi Inqubomgomo Yobumfihlo yethu. Bona lapha ukuze uthole Inqubomgomo Yobumfihlo yethu yamanje.

"imiphumela yosesho ehlobene kakhulu"

Izibonelo

  • Isibonelo, singenza usesho luhlobane kakhulu futhi luthandeke kuwe kufaka phakathi izithombe, okuthunyelwe, nokuningi kusuka kuwe nabangani bakho. Uma ungene ngemvume nge-Google+, uzothola imiphumela ehambisanayo kanye namaphrofayela wabantu obaziyo noma abakulandelayo bangabona okuthunyelwe kwakho kanye neprofayela kwimiphumela yabo. Ungashintsha amasethingi wephrofayela yakho noma kunini uma ungafuni ukuthi i-Google nezinye izinjini zokusesha zifake kuhlu iphrofayela yakho. Funda kabanzi.
  • Uma ungene ngemvume ku-akhawunti yakho ye-Google futhi unike amandla umlando wewebhu, ungathola imiphumela yosesho ehlobene kakhulu ngokususelwa kumlando wakho wewebhu. Umlando wewebhu ufaka phakathi usesho lwakho nomunye umsebenzi wewebhu. Imiphumela yakho yosesho futhi ingenziwa ngezifiso usebenzisa umsebenzi wokusesha kukhompyutha yakho ngoma ngabe uphume ngemvume. Funda kabanzi.
Izinhlelo zokusebenza ze-Google
Imenyu eyinhloko