Yenza imephu yakho iphile, umfanekiso owodwa ngesikhathi

I-Street View ihlanganisa amabhiliyoni emifanekiso ye-panorama ukunikeza ukumelwa okubonakalayo kwendawo esizungezile ku-Google Maps. Okuqukethwe kwe-Street View kuvela emithonjeni emibili - i-Google nabanikeli. Ngemizamo yethu ehlanganyele, sinika abantu amandla yonke indawo ukuthi bahlole ngokubuka umhlaba.

Watch the film

Link to Youtube Video (visible only when JS is disabled)

Indlela ebonakalayo yokuhamba

Imifanekiso ye-360 ikusiza wazi ukuthi uye kuphi nokuthi yini ongayilindela uma uhamba. Hlola izimpawu zendawo ezidume umhlaba wonke, amagalari, namamnyuziyamu khona kanye kudivayisi yakho, noma buyisela iwashi ngomfanekiso ongokomlando we-Street View ukuze ubone ukuthi indawo ishintshe kanjani ngokuhamba kwesikhathi.

Imoto ye-Google Street View

Lapho i-Google iqoqa khona i-Street View ngokulandelayo

Thola ukuthi siyaphi ngokulandelayo ngemoto ye-Street View noma nge-Street View Trekker.

Hlola izindawo ezibukekayo ze-Street View